Local newsNews

Kuthungathwa izihlobo zomuntu oshonile eNseleni

‘Unsundu ngebala,unezinwele ezimfusahane kanti wayeqgoke ama-avaloni aluhlaza, adume ngokuthi umdansane.Amaphoyisa aseMpangeni abe esevula idokodo emva kokutholaka lwalesi sidumbu

AMAPHOYISA aseMpangeni athungatha izihlobo zowesilisa ukusolakala ukuthi washayiswa isitimela endaweni yasemkhona, eNseleni ngenyanga kaMashi kulonyaka.

Okhulumela amaphoyisa esifunda saseKing Cetshwayo, uKaputeni Mbongeni Mdlalose, uthi lomlisa uilinganiselwa eminyakeni engamashumi amathathu nane,kanti kusolwa ukuthi wayehamba kujatshi ngesikhathi ehlelwa ilesi sehlo.

‘Unsundu ngebala,unezinwele ezimfusahane kanti wayeqgoke ama-avaloni aluhlaza, adume ngokuthi umdansane.Amaphoyisa aseMpangeni abe esevula idokodo emva kokutholaka lwalesi sidumbu.

Singxusa noma ngubani ongaba nolwazi nalomlisa ukuba axhumane nomphenyi wecala, usayitsheni, Bhekumuzi Nhleko kwinombolo kamakhalekhkhwini ethi 072 245 2826,’kubeka uKpt. Mdlalose

• Empangeni SAPS seek next of kin.

HAVE YOUR SAY

Like our Facebook page and follow us on Twitter.

For news straight to your phone invite us:

WhatsApp – 072 069 4169

Instagram – zululand_observer

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!
Check Also
Close
 
Back to top button
X

 .

CLICK HERE TO ENTER